Umndiki, Umndawu no Mndawu wamanzi: There is a lot of confusion with these two ancestors and their use and power. Therefore i will explain briefly what they are. Indiki abantu abashone bangahlanganiswanga namadlozi wasekhaya, labantu bahamba befuna indawo yokuhlala. Kuba abantu bomndeni abadlula bengabuyanga ekhaya.

Lemimoya kuyaba futhi eyabantu abafela endleleni bangalandwa ukubuyiswa ekhaya and bahamba bazula. Lemimoya iyakwazi ukwenzelwa amagobongo and iyabhula nayo and forms part of amadlozi lawa obungoma. If enzelwe kahle ayasebenzisana avule nezinto zobungoma. Ayakwazi ukuthi alehlikise izinto kakhulu imali kulabo abangenile unless baphethelwa kahle izinto zabo. Umuntu onamandiki uphathwa ikhanda kakhulu, ukusinda kwamahlombe.

Umndawu wamanzi | Umndawu dance | Umndawu clothing | Amagobongo umndawu | Umndawu nesithunywa | Umndawu beads | Ndau spirit dreams | Umndawu ancestors | Umndiki umndawu

Amandawe ahlukene kabili, kunamandawu wamanzi namandawu waphezulu. Amandawu wamanzi ilamandawu ayimimoya yangaphandle avela ko mozambique, swaziland, msapa and some from Kenya. Lamandawu wamanzi mawuwaphupha ahambisana namandiya, abantwana abancane, abelungu, ukuphupha amanzi, isisu esigcwala umoya sibophane, ukuba ngathi uyahlanya. Lamandawu asebenza ukufemba okucishe kufane nokuqubula okungukukhipha imimoya emibi emuntwini. Nawo lamandawu yiwo aphatha umucebo wobungoma futhi mawangenzelwe izinto zawo ayabulala and athanda ukuchitha igazi lemndenini.

Ungazibuza ukuthi uhlangana nawo kanjani lamandawu, khumbula ukuthi njengabantu sisuka e africa sehla besa bantu ababodwa kwathi ngokuhamba kwesikhathi saba amanguni. Kuthe sekufikwa la e south africa saphinda sahlukana saba amazulu, amaxhosa, abesuthu, abapedi etc. But kulolonke lolushintsho lela gazi lase africa la sidabuke khona lisahamba nathi hence kumele sithwase lomndawu nomnguni.

Lomndawu wamanzi uhambisana nenyoka yamanzi ikuyaye ilandwe nayo sometimes ibulawele esibayeni isikhimba sayo sifakwe esigodlweni. Amandawu aphezulu afana nobungoma kodwa wona awuyi emanzini. Wona uyawuphakamisa ngamagobongo wakhona akhulume amakhehla.

Lo wamanzi umndawu ukhuluma isindawu, swahili, na some of the tsonga languages. Lo waphezulu wona usually ukhuluma isizulu. Theres alot of confusion and abantu get lost sometimes. Umndawu waphezulu ukhushulwa ngamagobongo then uphakame ukhulume unlike owamanzi ophahlwayo (ukudla intwaso emanzini) then uthathe khona ubunyanga/ubungoma emanzini ufunde nokufemba.

Lamadlozi a different kakhulu and asebenza imisebenzi ecishe ifane the only difference is that baphakamiswa in different ways.

Makhosi