Umuthi wezinduna sizokufundisa lapha ngezansi ukuthi enza kanjani ukuze isikhumba sakho sibe sihle kakhulu. Phezu kwemithi yokwelapha ngokuvamile.
Mncane futhi ayinayo imishanguzo yama-acne kanye namanye amakhemikhali okususa amabhaktheriya; kanti umuthi wezinduna. Enye yezindlela ezingcono.

Umuthi wezinduna | Inhlokoshiyane umuthi | Umuthi wokulapha izinduna | Izinduna zesichitho | Ukugqumela izinduna | Ukususa amabala ebusweni | Izinduna ezingapheli | Idungamuzi umuthi | Izinduna ebusweni

umuthi-wezinduna
umuthi-wezinduna

Kakhulu zemvelo ezikhona zokuqeda izinduna ezinganeni, ukwenza umuthi owenziwe ekhaya ulamula noshukela. Umuthi wezinduna lo . Izimpande zalomuthi.
ziyaphekwa zibe wumuthi wohlanza igazi oqeda , izinduna nezilonda emzimbeni womuntu.

Umuthi Wezinduna, known as acne treatment. I will give you a breakdown on how one can use it to cleanse and clear out acne that appears as a result of spiritual issues.

Sebenzisa Uju (honey)

Mane nje ufake ithonsi loju endaweni ethintekile bese umboza ngosizo lwebhendi ( cover with a band-aid) Uju luthwele ama-enzyme abulala amagciwane nobuthi, anciphise ukuvuvukala futhi lumanzise isikhumba. Ngakho-ke ngokuzayo lapho isikhumba sakho sithi sibukisa ngawe, vele ufike ekhishini lakho ukuzitholele Uju olumnandi.

Ukuba muhle ebusweni

Izinduna ebusweni ziyasuka kalula ngalezithako esizokutshela zona lapha ngezansi.
Umuthi wezinduna sizokufundisa lapha ngezansi ukuthi enza kanjani ukuze isikhumba sakho sibe sihle kakhulu.
Isiwasho sokususa izinduna usebenzisa Aloe vera, Vitamin Oil, Shea Butter and Tomatoes.

Aloe vera (inkalane)

Umuthi wokulapha izinduna usebenzisa inkalane.
Isusa izinduna, amabala yenze isikhumba sibe sihle futhi sicace. Yelapha isikhumba esishiswe yilanga, isize ukuswakamisa

isikhumba esomile,
yelapha izilonda, ukusikeka, yenze isikhumba esigugayo sibukeke sisisha. Isusa inkwethu yenze izinwele zikhule

zinempilo.
Uthatha ama-leaves enkalane, uwasike ngombese, ukhiphe lokhu okumhlophe okungamanzi, uzihlikihle ngakho

isikhumba.
Ukukhanyisa isikhumba esingacacile uzodinga i-Aloe Vera, ushukela kanye ne-lemon juice. Uzokugcoba lokhu,
ulinde kome, bese ukugeza ngamanzi abandayo, uzokwenza lokhu zonke izinsuku. Ukususa i-kiwi nama-stretch marks
uzohlanganisa i-aloe Vera, almond, uju kanye nobhanana,
lokhu futhi ungakusebenzisa ebusweni kuzosusa amabala kwenze isikhumba sihlanzeke.
Ukususa amabala amanyama, namabala enziwa izinduna esezasha, hlanganisa i-Aloe Vera ne-rice
flour bese uyigcoba ebusweni, ulinde cishe 10 minutes bese uwasha ubuso. Uma ungenayo i-rice flour zigayele irice ibe

yimpuphu.

Vitamin E Oil

Umuthi wezinduna ungazenzela wena ekhaya ngamaphilisi abizwa ngo Vitam E lawa ayi oil.
Thenga amaphilisi angu-vitamin E lawa enziwe nge oil, wasike kuphume i-oil, bese uhlikihla ngawo esikhunjeni,

azokwelapha ama-sctrech marks, ikiwi, isikhumba esomile nesibukeka sikhathele, isikhumba sakho sizobukeka sikilini futhi sishelela. Kwenze lokhu zonke

izinsuku.

Shea Butter

Ukususa amabala ebusweni sebenzisa i shea butter.
Shea butter isusa ama stretch marks, isuse i-kiwi emathangeni,
yenze isikhumba sakho sibe sihle sithambe, isusa amabala, yelaphe ikiwi emathangeni,
yelaphe isikhumba esishiwe yilanga. Hlikisa esikhumbeni sakho esinenkinga. Thenga i-Grade A ye-shea butter,

ebhalwe ukuthi raw.

Cucumber

U-Cucumber uthambisa isikhumba wenze futhi sikhanye ngebala. Hlikihla u-cucumber esikhunjeni sakho zonke isinsuku

ngaphambi kokuthi ulale. U-cucumber usebenza kahle uma uwuhlanganisa ne-lemon ukukhanyisa isikhumba.

Tomatoe

Uma unesikhumba esichichayo, sebenzisa utamatisi, uhlikihle ngawo ebusweni, nakwi-kiwi futhi utamatisi uyasebenza.

Uzohlikihla ngawo bese uyawuyeka from 20 -25 minutes bese uyawuwasha.

Ukuqgumela izinduna ungasebenzisa amanzi ano salt afudumele uqgume or ufuthe ngawo.
Ungawusebenzisa umuthi wesizulu wokususa izinduna, ngesinye isikhathi izinduna zenziwa
isikhumba esi dry.
Funda lapha ngezansi ukuthi ungazisusa kanjani izinduna zesichitho.

Izinduna zesichitho

Acne medicine i will teach you below how to make your skin very beautiful. Over the counter treatments are usually minimal and do not contain acne medications

and other antibacterial chemicals; and acne medicine. One of the best natural ways to get rid of acne in children is to make a homemade lemon and sugar remedy.

This is a medicine for acne. The roots of this medicine are cooked into a medicine that cleanses the blood, eliminates acne and wounds in the human body.